Umphathi Collins Chabane | |
---|---|
Public Service and Administration | |
Isikhathi: 26 Nhlaba 2014 – 15 Ndasa 2015 | |
Secretary General of the ANC | |
Isikhathi: 1997–1999 | |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | 15 ngoMbaso 1960 Limpopo, Transvaal |
Wafa | 15 ngoNdasa 2015 | (iminyaka ama-54)
Uhlobo | South African |
Iqembu | African National Congress |
Alma mater | Technikon South Africa |
Collins Chabane (15 ngoMbaso 1960 – 15 ngoNdasa 2015) bekayilunga lephalamende abuye abengungcongcoshe wezenhlalakahle eNingizimu Afrika. uChabane wazalwa eLimpopo waphinde wacala izifundo zakhe khona kulesifunda. Kwathi nakaneminyaka elishumi nesikhombisa wangenela ezembangazwe. uChabane ushone engozini yemoto mhlaka 15 Ndasa 2015 emahoreni ekusa kwensonto .[1][2]