Nomvula Mokonyane

The Honourable Nomvula Mokonyane
Minister of Environmental Affairs
Isikhathi:
22 November 2018 – 29 May 2019
President Cyril Ramaphosa
Emva kwa Edna Molewa
uLandelwa Barbara Creecy
Minister of Communications
Isikhathi:
28 February 2018 – 22 November 2018
President Cyril Ramaphosa
Emva kwa Mmamoloko Kubayi
uLandelwa Stella Ndabeni-Abrahams
Minister of Water and Sanitation
Isikhathi:
26 May 2014 – 28 January 2018
President Jacob Zuma
Cyril Ramaphosa
Emva kwa Edna Molewa as Minister of Water and Environmental Affairs
uLandelwa Gugile Nkwinti
5th Premier of Gauteng
Isikhathi:
6 May 2009 – 21 May 2014
Emva kwa Paul Mashatile
uLandelwa David Makhura
Member of the Gauteng Provincial Legislature
Isikhathi:
27 April 1994 – 25 May 2014
Ukwazisa
Ubezalwa (1963-06-28) 28 ngoNhlangula 1963 (Iminyaka 61)
Kagiso, Transvaal
Iqembu South African Communist Party
African National Congress
Alma mater Sweden, Certificate of Local Government & Provincial Government Law, Wharton Business School, Certificate Course in Emerging Economics.[1]

UNomvula Paula Mokonyane (owazalwa ngomhlaka 28 Juni 1963, eKagiso, eGauteng ) wayenguNgqongqoshe Wezemvelo eNingizimu Afrika, waqokwa ngomhlaka 22 Novemba 2018 ngaphansi kukaMongameli Cyril Ramaphosa . Waqokwa okokuqala kwikhabhinethi yaseNingizimu Afrika ngoMeyi 2014 ngaphansi kukaMongameli Jacob Zuma, esebenza njengoNgqongqoshe eMnyangweni Wezamanzi Nokuthuthwa Kwendle, futhi waba nguNgqongqoshe Wezokuxhumana ngaphansi kukaMongameli Cyril Ramaphosa ngoJanuwari 2018.Ngaphambi kokusebenza kwiKhabhinethi, wayenguNdunankulu wesifundazwe saseGauteng, wakhethwa kulandela ukhetho lukazwelonke lwaseNingizimu Afrika lwango -2009.Uphinde futhi abe nguMongameli Wenhlonipho weSA-China People's Friendship Association .

  1. http://whoswho.co.za/nomvula-mokonyane-2303