Thokozani Khuphe

UThokozani Khuphe (owazalwa ngomhlaka 18 Novemba 1963) ungusopolitiki waseZimbabwe, inyunyana yabasebenzi futhi unguMongameli weqembu elihlubukayo leMDC-T leMovement for Democratic Change (MDC).WayeyiPhini likaNdunankulu ngo 2009-13.

Ngo 2021 wasuswa esikhundleni sokuba ngumongameli weqembu nguDouglas Mwonzora phakathi kwezinsolo eziqinile zodlame nokukhohlisa kubalandeli bakhe

Ezemfundo

[hlela | Hlela umthombo]

UKhupe, owazalelwa kwaBulawayo, waphothula izifundo zakhe ngo-1999 eTurin Centre eTurin, e-Italy, enesitifiketi se-Information Technology.Uneziqu zeBachelor of Arts in Media Studies azithole eZimbabwe Open University, Master of Business Administration, MBA kwiNational University of Science and Technology,nePhD in Social Studies ayithole e- University of Zimbabwe. [1]

  1. https://bulawayo24.com/index-id-news-sc-national-byo-117872.html%7Cwork=Bulawayo24%7C