Justice Sisi Khampepe | |
---|---|
Justice of the Constitutional Court of South Africa | |
Manje | |
Isikhathi: 2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Jacob Zuma |
Judge of the Labour Appeal Court | |
Isikhathi: 2007–2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Thabo Mbeki |
Judge of the North Gauteng High Court | |
Isikhathi: 2000–2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Thabo Mbeki |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Soweto, Transvaal Province, South Africa | 8 ngoMasingane 1957
Alma mater | University of Zululand Harvard Law School |
USisi Virginia Khampepe (owazalwa mhla ka 8 kuMasingana - Januwari 1957 [1] ) uyijaji laseNingizimu Afrika okwamanje elisebenza eNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika.
UKhampepe wazalelwa eSoweto. Wathola iB Proc eNyuvesi yaseZululand kanye neziqu zeLLM eHarvard Law School. Wamukelwa njengommeli ngo-1985 futhi wasebenza e-Bowman Gilfillan ku-private practice, egxile kwezomthetho wezabasebenzi. Ngo-1995 waqokwa njengelungu leKhomishini YamaQiniso Nokubuyisana. [1] Kusukela ngo-1999 ube yiPhini likaMqondisi Kazwelonke Wophiko Lwezokushushisa Likahulumeni ophikweni Lwezokushushisa Likazwelonke. [1]
Ngo-2000 uKhampepe waqokwa njengejaji leTransvaal Provincial Division le-High Court, [2] (manje eyaziwa ngokuthi iGauteng Division). Ngo - 2007 uphinde waqokelwa eNkantolo yokuDluliswa kwamaCala kwezeMisebenzi, iLabour Court, kwathi ngo- 2009 waqokwa eNkantolo yoMthethosisekelo nguMengameli uJacob Zuma . Ngo-2021 waqokwa njengebamba lejaji eliyinhloko enkantolo enkulu.
== Amareferensi
Justice Sisi Khampepe | |
---|---|
Justice of the Constitutional Court of South Africa | |
Manje | |
Isikhathi: 2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Jacob Zuma |
Judge of the Labour Appeal Court | |
Isikhathi: 2007–2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Thabo Mbeki |
Judge of the North Gauteng High Court | |
Isikhathi: 2000–2009 | |
Nominated by | Judicial Service Commission |
Appointed by | President Thabo Mbeki |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Soweto, Transvaal Province, South Africa | 8 ngoMasingane 1957
Alma mater | University of Zululand Harvard Law School |
==
<ref>
tag; no text was provided for refs named cc